Kusolakala ukuthi uyinkonkoni u Khuzani Ndlamlenze Mpungose
Author; Mlungisi Zwelihle Gumede Isilomo somculo ka Maskandi ukhuzani Mpungose usesolwe ngabalandeli bomculo ka Maskandi ngokuba yinkonkoni. Ukhuzane Mpungose uke waphosta ekhasini lakhe lika Facebook nokuyilapho ebefisela khona usuku oluhle owokhozi obezalwa. Kubonakale igama elithi Bbe kule Nkulumo ka Khuzani ngenkathi ebhala umbhalo ukufisela umsakazi wokhozi usuku oluhle lokuzalwa. Nokuyilapho abalandeli nezimbangi zakhe zibuye zasola ukuthi lensizwa imbaxa mbili. Emva kwalokhu owako khuba ube eselandelanisa ngama posti amaningi nokuyilapho aphinde waposta khona indodana yakhe. Konke lokhu bekwenzela ukuphikisana nenkulumo yokuthi uyi gay. Kanti uphinde waveza ukuthi kuyamthokozisa kakhulu uku trenda kwakhe ezinkundleni zokuxhuma. Kanti uphinde waveza ukuthi kube yiphutha ukubhala ukuthi Bbe kule poste nokuyilapho ashintshe khona I posti walikhupha leli Gama Abalandeli nezimbangi bese besithathile iscreen shot sale posti. Nansi ngaphansi.